NdebeleTeam » Romans » 2

Bonke amaJuda labezizwe bazakwahlulelwa nguNkulunkulu

2Ngakho kawulakuzilandulelaa, wena muntub, loba ungubani owahlulelayo; ngoba ngalokho owahlulela ngakho omunye, uyazilahla wena, ngoba wena owahlulelayo wenza izinto ezifananayoc. 2 Njalo siyazi ukuthi ukwahlulela kukaNkulunkulu kungokweqiniso phezu kwalabo abenza izinto ezinjalod. 3 Njalo ucabanga lokho yini, O muntu owahlulela abenza izinto ezinjalo, lawe uzenza lezozinto, ukuthi wena uzaphepha ukwahlulela kukaNkulunkulue? 4 Kumbe uyayeyisa yini inotho yomusa wakhef leyokubekezelag lesinekeh, ungazi ukuthi umusa kaNkulunkulu ukukhokhelela ekuphendukenii? 5 Kodwa ngobulukhuni bakho lenhliziyo yakho engaphendukiyo uzibekela ulakaj ngosuku lolaka lolwesambulo sokwahlulelwa okulungileyo kukaNkulunkuluk, 6 ozavuza lowo lalowo ngokwemisebenzi yakhel; 7 impilo elaphakadem kubo abalesineke ngokwenza imisebenzi elungileyo bedinga inkazimulo lodumon lokungabhubhi; 8 kodwa intukuthelo lolakao kulabo abalenkanip, njalo bengalaleli iqiniso kodwa belalela ukungalungiq, 9 usizir lokubandezelekas, phezu kwawo wonke umphefumulo womuntu owenza ububit, owomJuda kuqalauv lowomGrikiw; 10 kodwa inkazimulox lodumoy lokuthula kuye wonke owenza okuhle, kumJuda kuqala lakumGriki; 11 ngoba kakukho ukubandlulula umuntu kuNkulunkuluz.

12 Ngoba bonke abonileyo bengelamlayo, ngokunjalo bazabhubha bengelamlayoa; njalo bonke abonileyo emlaywenib, bazagwetshwa ngomlayoc; 13 ngoba kakusibo abezwayo umlayo abalungileyo phambi kukaNkulunkulud, kodwa abenzayo umlayo bazalungisiswae. 14 Ngoba nxa abezizwe abangelawo umlayo besenza ngokwemvelo okungokomlayo, bona, bengelawo umlayo, bangumlayo kubo ngokwabo; 15 ababonakalisa ukuthi umsebenzi womlayo ulotshiwe enhliziyweni zabo; isazela sabo laso siyafakaza, lemicabango yabo ibasole omunye komunye kumbe njalo ibavikelef omunye komunye, 16 ngosuku uNkulunkulu azakwahlulela ngalo imfihlo zabantug, ngoJesu Kristuh, ngokwevangeli lamii.

Ukwehluleka komlayo lokokusoka

17 Khangela wena ubizwa ngokuthi ungumJudaj, weyeme emlaywenik, uzincoma ngoNkulunkulul, 18 usazi intando yakhem, usemukela izinto ezingconon1, ufundiswe emlaywenio, 19 njalo uzithembile wena ukuthi ungumholi weziphofu, ukukhanya kwabasemnyamenip, 20 umeluleki wezithutha, umfundisi wensane, ulesimoq solwazi lolweqiniso emlaywenir. 21 Ngakho wena ofundisa omunye, kawuzifundisi yini? Wena otshumayela ukuthi ungebi, uyeba yinis? 22 Wena othi ungafebi, uyafeba yinit? Wena onengwa yizithombe, uphanga amathempeli yiniu? 23 Wena ozincoma ngomlayo, udumaza uNkulunkulu ngokweqa umlayo yiniv? 24 Ngoba ibizo likaNkulunkulu liyahlanjazwaw phakathi kwabezizwe ngenxa yenux, njengoba kulotshiwe.

25 Ngoba isibili ukusoka kuyasiza, uba usenza umlayo; kodwa uba ungumeqi womlayo, ukusoka kwakho sekuyikungasokiy. 26 Ngakho uba ukungasokiz kugcina izimiso zomlayo, ukungasoki kwakhe kakuyikubalwa yini ukuthi kuyikusokaa? 27 Lokungasoki ngemvelo, uba kugcwalisa umlayo, kungekugwebe yinib wena ongumeqi womlayo ngombhalo langokusokac? 28 Ngoba kayisuye umJuda onguye ngokusobala, njalo kakusikho ukusoka okusobala enyamenid; 29 kodwa yena ungumJuda onguye ngasesee, lokusoka kungokwenhliziyof, emoyenig, kungeyisikho ngombhaloh; ondumiso yakhei kayiveli ebantwini kodwa kuNkulunkuluj.

a 1.20.

b Luka 12.14. Roma 1.3. 9.20.

c 2 Sam. 12.5-7. Mat. 7.1,2. Joha. 8.7.

d 1.32.

e Luka 12.14. Roma 1.3. 9.20.

f 9.23. 2 Kor. 8.2. Efe. 1.7,18. 2.4,7. 3.16. Kol. 1.27. 2.2.

g 3.25. Tshu. 8.11.

h 9.22. 1 Tim. 1.16. 1 Pet. 3.20. 2 Pet. 3.15. Eks. 34.6.

i Isa. 30.18. 2 Pet. 3.9. Hlab. 50.21.

j Dute. 32.34. Jobe 36.13. Jak. 5.3.

k Hlab. 110.5.

l Hlab. 62.12. Tshu. 12.14. Roma 14.12. Isam. 20.12,13.

m 5.17,21. 6.23. Mat. 25.46.

n Luka 8.15.

o Zaga 11.23.

p Fil. 1.16.

q Jobe 24.13. Roma 1.18. 2 Thes. 1.8.

r 8.35. 2 Kor. 4.8.

s 8.35. 2 Kor. 4.8.

t Hlab. 32.10.

u Luka 12.47,48.

v 1.16. Amos 3.2. 1 Pet. 4.17.

w Luka 12.47,48.

x 1 Pet. 1.7.

y 1 Pet. 1.7.

z Dute. 10.17.

a Luka 12.47,48.

b Luka 12.47,48.

c Joha. 5.45.

d Jak. 1.22,23,25. Mat. 7.21. Seb. 10.35. 1 Joha. 2.29. 3.7,10.

e Luka 18.14.

f 1.19.

g Tshu. 12.14. Mat. 12.36. 25.31. Joha. 12.48. Seb. 24.25. Roma 3.6. 1 Kor. 4.5. Heb. 9.27. Isam. 20.12.

h Joha. 5.22,27. Seb. 10.42. 17.31. Roma 14.10,12. 2 Kor. 5.10. 2 Tim. 4.1,8. 1 Pet. 4.5. Mat. 16.27.

i 16.25. 2 Tim. 2.8. 1 Kor. 15.1. Gal. 1.11. 2.2. 1 Tim. 1.11.

j Mat. 3.9. Joha. 8.33,39. Roma 9.6,7. 2.28. 2 Kor. 11.22. Isam. 2.9. 3.9.

k Mika 3.11. Joha. 5.45. Roma 9.4.

l 2.23. Isa. 48.2. Joha. 8.41. Roma 3.27. 4.2.

m 3.2.

n 1.28. 12.2. 14.22. 1 Kor. 3.13. 11.28. 16.3. 1 Pet. 1.7.

1 izinto ezingcono: kumbe, ubusuhlolisisa izinto ezehlukileyo.

o Luka 1.4.

p Mat. 15.14. 23.16,17,19,24. Joha. 9.40,41.

q 2 Tim. 3.5. Roma 6.17. 2 Tim. 1.13. Gal. 4.19.

r Luka 11.52.

s Hlab. 50.16-21. Mat. 23.3-32.

t Joha. 8.9.

u Mal. 1.8,12,14. 3.8. Seb. 19.37.

v 2.17.

w Isa. 52.5.

x 2 Sam. 12.14. Hez. 36.20,23.

y Gal. 5.3.

z Seb. 10.35.

a 1.32.

b Mat. 12.41.

c 7.6. 2 Kor. 3.6. Roma 2.29.

d 2.17. Gal. 6.15.

e 1 Pet. 3.4.

f Fil. 3.3. Kol. 2.11. Dute. 10.16.

g 7.6.

h 7.6. 2 Kor. 3.6. Roma 2.29.

i 1 Kor. 4.5.

j 2 Kor. 10.18. 1 Thes. 2.4.