NdebeleTeam » Song of Solomon » 1

1 Ingomaa yezingoma engekaSolomonib.

2 Kangange ngokwanga komlomo wakhec; ngoba uthando lwakho lungcono kulewayinid. 3 Ngenxa yephunga lamagcobo akho amnandi, ibizo lakho linjengamagcobo athululiweyo; ngakho-ke izintombi ziyakuthandae. 4 Ngidonsaf, sizagijima emva kwakhog; inkosi ingingeniseh emakamelweni ayoi; sizajabula sithokoze kuwej, sikhumbule uthando lwakho okwedlula iwayinik; abaqondileyo bayakuthanda. 5 Ngimnyama, kodwa ngimuhlel, madodakazi eJerusalemam, njengamathenten eKedari, njengamakhetheni kaSolomonio. 6 Lingangibukeli ngoba ngimnyama, ngoba ilanga lingitshisile. Abantwana bakamama bangizondelap, bangenza umlindikazi weziviniq; isivini sami esingesami kangisilindangar. 7 Ngitshela, wena umphefumulo wami okuthandayos, ukuthi welusela ngaphi, uphumuza1 ngaphi umhlambi eminit; ngoba kungani ngizakuba njengozulayo2 ngasemihlanjini yabangane bakhou?

8 Uba ungazi, wena omuhle kakhulu phakathi kwabesifazana, phuma wena ngezinyathelo zomhlambi, welusele amazinyane akho phansi kwamadumba abelusiv. 9 Ngikufananise lebhizakazi ezinqoleni zikaFarow, mthandwa wamix. 10 Izihlathi zakho zinhley phakathi kwemiceciso, intamo yakho ngezigqizoz. 11 Sizakwenzela imiceciso yegolide lamaqhubu esilivaa.

12 Inkosi isesetafuleni layob ledili inadi* yami yakhupha iphunga layoc. 13 Isithandwa sami kimi siyisamba semure*; sizalala phakathi kwamabele ami ebusukud. 14 Isithandwa sami kimi silihlukuzo lesihlahla sehena*e ezivinini zeEngedif. 15 Khangela, umuhle, mthandwa wami, khangela, umuhleg, amehlo akho angawamajubahi. 16 Khangela, umuhle, sithandwa sami, isibili uyathokozisa. Lombheda wethu uluhlaza. 17 Imijaboj yezindlu zethuk yimisedaril, intungo zethu ngezefiri*m.

a 1 Kho. 4.32.

b Eks. 40.10. Tshu. 1.2. 12.8.

c Zaga 27.6.

d 4.10.

e 4.10. Tshu. 7.1.

f Joha. 6.44.

g Hlab. 119.32. Fil. 3.12-14.

h 1.12. 3.9,11. 7.5. 8.11,12. 2.4. Hlab. 45.14,15.

i Hlab. 105.30.

j Hlab. 45.15. Hlab. 14.7. 48.11.

k 4.10.

l 2.14. 4.3. 6.4.

m 2.7. 3.5,10. 5.8,16. 8.4. Luka 23.28.

n Hlab. 120.5.

o Isa. 60.7.

p Jobe 20.9.

q 8.11,12. Jobe 27.18. Zaga 27.18.

r 1 Kor. 9.27.

s 3.1-4.

1 phumuza: Heb. lalisa.

t Jer. 33.12. Isa. 13.20. Isa. 4.6.

2 ozulayo: kumbe, ozimbozileyo.

u 8.13. Joha. 10.5.

v 5.9. 6.1. Luka 1.42.

w 2 Lan. 1.16,17.

x 1.15.

y 5.13. Hez. 16.11-13.

z 1.10. Eks. 28.17-20.

a 1.10. Eks. 28.17-20.

b 1.4.

c 4.13,14. Mark. 14.3. Joha. 12.3.

d Joha. 19.39.

e 7.7,8.

f 1 Sam. 23.29.

g 4.1.

h 4.1.

i 5.12. 2.14.

j 2 Lan. 3.7.

k 7.13.

l 1 Kho. 5.8.

m 1 Kho. 5.8.