NdebeleTeam Proverbs « 10 » |
Izaga zikaSolomoni
10Izaga zikaSolomonia.
Indodana ehlakaniphileyo ithokozisa uyiseb, kodwa indodana eyisithuthac ilusizi kuninad.
2 Inotho yenkohlakalo kayisizi luthoe, kodwa ukulunga kophula ekufenifg.
3 INkosi kayiyekelih umphefumulo wolungileyo ulambei, kodwa isunduza isifiso sababij.
4 Osebenza ngesandla esixegayo uba ngumyangakl, kodwa isandla sabakhutheleyo siyanothisam.
5 Ovuna ehlobo uyindodana ehlakaniphileyon; olala ubuthongo obukhulu ngesikhathi sokuvunao uyindodana ethelela ihlazop.
6 Izibusiso zisekhanda lolungileyo, kodwa ubudlwangudlwanguq busibekela umlomo wabakhohlakeleyor.
7 Ukukhunjulwa kolungileyo kungokwesibusisos, kodwa ibizo labakhohlakeleyo lizabolat.
8 Ohlakaniphileyo ngenhliziyo uyemukela imilayo, kodwa isithutha ngendebe sizawiselwa phansiu.
9 Ohamba ngobuqothov uhamba evikelekilew, kodwa ophambula indlela zakhe uzakwaziwax.
10 Ociyoza ilihlo ubanga inkathazoy, njalo isithutha ngendebe sizawiselwa phansiz.
11 Umlomo wolungileyoa ungumthombo wempilob, kodwa ubudlwangudlwangu busibekela umlomo wabakhohlakeleyoc.
12 Inzondo ibanga ingxabano, kodwa uthando lusibekela iziphambeko zonked.
13 Endebeni zoqedisisayo kutholakala inhlakanipho, kodwa intonga ingeyomhlana woswela ingqondoe.
14 Abahlakaniphileyo babekelela ulwazif, kodwa umlomo wesithutha useduze lencithakalog.
15 Inotho yonothileyo ingumuzi wamandla akheh; ubuyanga babayanga buyincithakalo yaboi.
16 Umsebenzi wolungileyo ngowempilo; inzuzo yokhohlakeleyo ngeyesonoj.
17 Ogcina ukulaywa usendleleni yempilo, kodwa odelela ukukhuzwa ubanga ukuduhak.
18 Osibekela inzondo ungowendebe zamanga, lohlebayo uyisithuthal.
19 Ebunengini bamazwi ukuphambeka kakusilelim, kodwa othiba indebe zakhe uhlakaniphilen.
20 Ulimi lolungileyo luyisiliva esikhethekileyo; inhliziyo yokhohlakeleyo injengento encinyaneo.
21 Indebe zolungileyo zondla abanengi, kodwa izithutha ziyafa ngokuswela ingqondop.
22 Isibusiso seNkosi sona siyanothisaq; njalo kayengezi usizi kusor.
23 Kunjengenhlekisa koyisithuthas ukwenza okubit; kunjalo inhlakanipho kumuntu wokuqedisisa.
24 Lokho okhohlakeleyo akwesabayo kuzamfikelau, kodwa isiloyiso solungileyo sizanikwav.
25 Njengokwedlula kwesivunguzanew, unjalo okhohlakeleyo kasekhox; kodwa olungileyo uyisisekelo saphakadey.
26 Njengeviniga emazinyweni, lanjengentuthu emehlweni, unjalo olivila kwabamthumileyo.
27 Ukuyesaba iNkosi kwandisa insukuz, kodwa iminyaka yabakhohlakeleyo izafinyezwaa.
28 Ithemba labalungileyo liyintokozo, kodwa okulindelwayo kwabakhohlakeleyo kuzabhubhab.
29 Indlela yeNkosi iyinqaba koqothoc, kodwad iyincithakaloef kubenzi bobubig.
30 Olungileyo kayikunyikinywa laphakadeh, kodwa abakhohlakeleyo kabayikuhlala elizwenii.
31 Umlomo wolungileyoj ukhupha inhlakanipho, kodwa ulimi oluphambeneyo luzaqunywak.
32 Indebe zolungileyo ziyazi okuthokozisayol, kodwa umlomo wabakhohlakeleyo iziphambeko.
a 1.1. 25.1. 30.1. 31.1.
b 15.20. 17.21,25. 19.13. 29.3,15. 15.5. 23.15,24,25. 27.11.
c 15.20. 17.21,25. 19.13. 29.3,15. 15.5. 23.15,24,25. 27.11.
d Hlab. 119.28. 14.13. 17.21.
e 11.4. 21.6. Hlab. 49.6,7. Luka 12.19,20.
f 21.6. 11.4. Hlab. 49.6,7. Luka 12.19,20.
g Hlab. 37.21. Mat. 6.1.
h Hlab. 10.14. 34.9,10. 37.25.
i 23.2.
j Hlab. 52.7.
k 6.11.
l 12.24. 13.4. 21.5.
m 12.24. 13.4. 21.5.
n 6.8.
o Hlab. 76.6. Hlu. 4.21. Jona 1.5.
p 17.2. 19.26. 12.4. 14.35. 29.15.
q 10.11.
r Hlab. 69.7. Obad. 10.
s Hlab. 112.6. Hlab. 9.5,6. 109.13.
t Tshu. 8.10.
u 10.10.
v 28.18. Hlab. 23.4. Isa. 33.15,16.
w 3.23.
x 1 Tim. 5.25.
y 6.13. Hlab. 35.19.
z 10.10.
a 18.4. Hlab. 37.30.
b 13.14. 14.27. 16.22. Jer. 2.13.
c 10.11.
d 17.9. 1 Kor. 13.4,7. Jak. 5.20. 1 Pet. 4.8.
e 19.29. 26.3.
f 12.23.
g 10.15,29. 13.3. 18.7. 21.15.
h 18.11. 40.26. Mark. 10.24.
i 10.15,29. 13.3. 18.7. 21.15.
j 11.19. 19.23.
k 6.23.
l Hlab. 15.3.
m 18.2,21. Jobe 11.2.
n 17.27. Jak. 1.19.
o 8.19. 16.16. 22.1.
p 11.9.
q 3.33. Gen. 26.12. Dute. 8.18.
r Hlab. 127.2.
s 2.14. 14.9. 15.21.
t 21.27.
u Jobe 15.21.
v Hlab. 145.19. Mat. 5.6. 1 Joha. 5.14,15.
w Hlab. 58.9.
x Hlab. 37.9,10,36.
y 10.30. 12.3. 28.18. Mat. 7.24,25.
z 9.11.
a Jobe 15.32,33. Hlab. 55.23. Tshu. 7.17.
b 11.7. Jobe 8.13. Jobe 11.20. Hlab. 112.10.
c Hlab. 1.6. Hlab. 37.20.
d Hlab. 1.6. Hlab. 37.20.
e 10.15,29. 13.3. 18.7. 21.15.
f 21.15.
g Hlab. 94.4.
h 10.25. Hlab. 125.1. Hlab. 37.22,29. Hlab. 10.6.
i 2.21,22.
j Hlab. 37.30.
k Isa. 57.19.
l 14.9. Tshu. 10.12.