NdebeleTeam » Psalms » 144

Ukunqoba lokuphumelela kuvela eNkosini

EsikaDavida

144Kayibongwe iNkosi, idwala lami, efundisela izandla zami impia, iminwe yami ukulwab; 2 umusa wamic, lenqaba yamid, umphotshongo wami ophakemeyo, lomkhululi wamie, isihlangu sami, lengiphephela kuyof, ethobisa abantu bami ngaphansi kwamig.

3 Nkosi, umuntu uyinih ukuthi umazi? Indodana yomuntu ukuthi uyinanzei? 4 Umuntu unjengezej, insuku zakhe zinjengesithunzi esidlulayok.

5 Nkosi, khothamisa amazulu akho, wehlel; thinta izintaba ukuze zithunqem. 6 Phazimisa umbane, ubachithen, uthumele imitshoko yakho, ubahlakazeo. 7 Yelula isandla sakhop uphezuluq, ungikhulule, ungophuler emanzini amanengis, esandleni sabantwana besizwet, 8 abamlomo wabo ukhuluma amangau, lesandla sabo sokunene singesokunene senkohlisov.

9 Ngizahlabelela kuwe ingoma entsha, Nkulunkuluw; ngizahlabelela indumiso kuwe ngogubhux olulentambo ezilitshumiyz. 10 Wena onika amakhosi usindiso1, okhulula uDavida inceku yakho enkembeni embia.

11 Ngophula, ungikhulule esandleni sabantwana besizweb, abamlomo wabo ukhuluma amanga, lesandla sabo sokunene singesokunene senkohlisoc. 12 Ukuthi amadodana ethu abe njengezilimo ezikhula ebutsheni bazod, amadodakazi ethu njengamatshe engonsi abazwe njengomfanekiso wesigodloe! 13 Ukuthi iziphala zethu zigcwale ziveze uhlobo ngohlobof; izimvu zethu zizale izinkulungwane, yebo, izinkulungwane ezilitshumi emadlelweni ethug! 14 Ukuthi inkabi zethu zingathwaliswa, kungabi lokufohlela phakathih, njalo kungabi lokuphumai, kumbe kungabi lesililo ezitaladeni zethuj! 15 Bayathaba abantu okunjalo kubok; bayathaba abantu abaNkulunkulu wabo yiNkosil.

a 2 Sam. 22.35. Hlab. 18.34.

b 2 Sam. 22.35. Hlab. 18.34.

c 2 Sam. 22.2,3.

d Hlab. 91.2.

e Hlab. 59.9.

f 2 Sam. 22.2,3.

g 2 Sam. 22.48. Hlab. 18.47. 47.3.

h Jobe 7.17.

i Hlab. 31.7.

j Hlab. 39.5.

k Jobe 14.2.

l Hlab. 18.9. Isa. 64.1.

m Hlab. 104.32.

n Hlab. 18.13,14.

o Hlab. 18.13,14.

p Hlab. 18.16. Hlab. 124.4.

q Hlab. 57.3.

r 144.11. Hlab. 69.14.

s Hlab. 18.16. Hlab. 124.4.

t Hlab. 18.44,45. Hlab. 54.3.

u 144.11. Hlab. 12.2. 41.6.

v Isa. 44.20. Nani 14.30.

w Hlab. 33.3.

x Hlab. 33.2. Hlab. 71.72.

y Hlab. 92.3.

z Hlab. 33.2. Hlab. 71.72.

1 usindiso: kumbe, ukunqoba.

a 2 Sam. 22.51. Hlab. 18.50.

b 144.7.

c 144.8.

d Hlab. 128.3.

e Zek. 9.15.

f Isa. 58.10.

g Jobe 5.10.

h 1 Kho. 11.27. Neh. 6.1.

i Amos 5.3.

j Isa. 24.11. Jer. 14.2. 46.12.

k Dute. 33.29. Hlab. 65.4.

l Hlab. 33.12. Hlab. 146.5.