NdebeleTeam » Psalms » 81

Ukungalaleli kukaIsrayeli

Kumqondisi wokuhlabelela. NgeGithithi. EsikaAsafi

81Hlabelani kakhulu kuNkulunkulu amandla ethua, lihlokome ngentokozo kuNkulunkulu kaJakobeb. 2 Thathani ingoma, lilethe isigujanac, ichacho elimnandid kanye logubhu lwezintamboe. 3 Vuthelani uphondof ekuthwaseni kwenyangag, esikhathini esimisiweyo, ngosuku lomkhosi wethuh. 4 Ngoba lokho kuyisimiso kuIsrayeli, umthetho kaNkulunkulu kaJakobe. 5 Wakumisa kwaba yibufakazii kuJosefaj, ekuphumeni kwakhe emelene lelizwe leGibhithek; ngezwa ulimil engingalwaziyom.

6 Ngasusa ihlombe lakhen emthwalwenio; izandla zakhe zakhululwa ezimbizenip. 7 Wakhala usenhluphekweni, ngakukhululaq; ngakuphendula ekusithekeni komdumor; ngakuhlola emanzini eMeriba. Sela*s. 8 Zwana, sizwe samit, ngizafakaza kuwe, Israyeli, aluba ungangilalelau. 9 Kakungabi khona phakathi kwakho unkulunkulu wezizweniv, njalo ungakhonzi unkulunkulu wezizweniw. 10 Mina ngiyiNkosi, uNkulunkulu wakho, owakwenyusa usuka elizweni leGibhithex. Khamisa umlomo wakho ube banzi, njalo ngizawugcwalisay.

11 Kodwa abantu bami kabalilalelanga ilizwi lami; loIsrayeli kavumelananga lamiz. 12 Ngakho ngabanikela enkanini yenhliziyo yaboa, ukuze bahambe kumacebo abob.

13 Kungathi abantu bami bebengangilalelac, uIsrayeli ahambe endleleni zamid! 14 Masinyane bengingazehlisela phansi izitha zabo, ngiphendulele isandla sami kwabamelene laboe. 15 Abayizondayo iNkosi bangatshotshobala phambi kwayo ngokuzenzisa, kodwa isikhathi sabo besizakuba phakadef. 16 Wayezabondla ngamanono engqoloyi; njalo bengizakusuthisa ngoluju oluvela edwalenig.

a Dute. 32.43.

b Hlab. 95.1. Levi 23.24. Nani 29.1.

c Eks. 15.20.

d Hlab. 71.22.

e Hlab. 71.22.

f Levi 25.9. 1 Lan. 15.24,28.

g Levi 23.24. Nani 10.10. 29.1.

h Zaga 7.20.

i Hlab. 78.5. 122.4.

j Hlab. 77.15. 78.67. 80.1.

k Eks. 11.4.

l Hlab. 114.1.

m Dute. 28.49. Jer. 5.15. Isa. 28.11. 33.19.

n Isa. 10.27. Isa. 9.4.

o Eks. 1.11.

p 2 Kho. 10.7.

q Hlab. 50.15. Eks. 2.23. 14.10.

r Eks. 19.19.

s Eks. 17.6.

t Hlab. 50.7.

u Hlab. 50.7.

v Hlab. 44.20. Isa. 43.12.

w Dute. 32.12.

x Eks. 20.2.

y Hlab. 37.3,4.

z Zaga 1.25,30.

a Jobe 8.4. Seb. 7.42. 14.16. Roma 1.24,26.

b Jer. 7.24. Hlab. 106.43.

c Dute. 5.29.

d Seb. 14.16. Dute. 5.33.

e Isa. 1.25. Amos 1.8.

f Hlab. 83.2. Roma 1.30.

g Dute. 32.13. Jobe 29.6.