NdebeleTeam » Psalms » 36

Ububi bomuntu lokulunga kukaNkulunkulu

Kumqondisi wokuhlabelela. EsikaDavida, inceku kaNkulunkulua

36Kulenkulumo yesiphambeko kokhohlakeleyo; ngaphakathi kwenhliziyo yami ngathi: Kakukho ukwesaba uNkulunkulu phambi kwamehlo akheb. 2 Ngoba uyazikhohlisa emehlweni akhec, ububi bakhe buze butholakale buzondekad. 3 Amazwi omlomo wakhe ayibubie lenkohlisof; uyekele inhlakanipho ukwenza okuhleg. 4 Ucebah okubi embhedeni wakhei, azimise endleleni engalungangaj, kakwali okubik.

5 Nkosi, umusa wakho usemazulwini, uthembeko lwakho luze lufike emayezinil. 6 Ukulunga kwakho kunjengezintaba zikaNkulunkulu, izahlulelo zakho ziyinziki enkulum; uyalondoloza umuntu lenyamazana, Nkosin. 7 Luligugu kangakanani uthandolomusa wakho, Nkulunkulu! Ngakho abantwana babantu baphephela emthunzini wempiko zakhoo. 8 Bazasutha kakhulu ngamanonop endlu yakhoq, ubanathise okomfular wentokozo yakhos. 9 Ngoba ukuwe umthombo wempilot; ekukhanyeni kwakho sizabona ukukhanyau. 10 Luqhubele phambili uthandolomusa wakho kulabo abakwaziyov, lokulunga kwakho kubo abaqotho enhliziyweniw.

11 Unyawo lwabazigqajayo lungezi kimi, lesandla sababi singangixotshi. 12 Nampo abenzix bobubi sebewiley, bawiselwe phansi, kabalakuvukaz.

a Hlab. 18.

b Roma 3.18.

c Dute. 29.19. Hlab. 10.3. 49.18. Hlab. 5.9.

d 36.2,3,12. Mika 2.1.

e 36.2,3,12. Mika 2.1.

f Hlab. 12.2.

g Jer. 4.22.

h Mika 2.1. Zaga 4.16.

i 36.2,3,12. Mika 2.1.

j Isa. 65.2.

k Hlab. 97.10.

l Hlab. 57.10. 89.1. 92.2. 98.3. 100.5. 108.4. Hlab. 71.19. 103.11.

m Jobe 11.8. Hlab. 77.19. 92.5. Roma 11.33.

n Neh. 9.6. Hlab. 145.9. 1 Tim. 4.10.

o Ruthe 2.12.

p Jobe 36.16.

q Hlab. 27.4. 65.4.

r Jobe 20.17. Hlab. 46.4. Isam. 22.1.

s Hlab. 16.11.

t Jer. 2.13.

u Seb. 26.18.

v Hlab. 87.4. Jobe 18.21.

w Hlab. 7.10.

x Hlab. 94.4.

y 36.2,3,12. Mika 2.1.

z Hlab. 140.4.