NdebeleTeam » Psalms » 15

Umuntu ongahlala endlini yeNkosi

Isihlabelelo sikaDavida

15Nkosi, ngubani ozahlala ethenteni lakhoa? Ngubani ozakwakha entabeni yakho engcweleb? 2 Ngulowo ohamba ngobuqothoc, lowenza okulungileyod, lokhuluma iqiniso enhliziyweni yakhee, 3 ongahlebiyof ngolimi lwakheg, ongenzi okubi kumngane wakhe, longaphakamiseli umakhelwane wakhe ihlazo; 4 olahliweyo uyenyanyeka emehlweni akhe, kodwa uyabahlonipha abayesabayo iNkosi; ofunga ngokuzilimaza, kodwa kaphenduki, 5 onganiki imali yakhe ukuthi azuze inzuzoh, longemukeli umvuzo wokuthengwa ngongelacalai. Owenza lezizinto kayikunyikinywa kuze kube ninininij.

a Hlab. 24.3,4. Isa. 33.16.

b Hlab. 2.6.

c Isa. 33.15.

d Hlab. 106.3.

e Zek. 8.16. Efe. 4.25. Joha. 1.47. Kol. 3.9.

f Levi 19.16. Hlab. 34.13.

g 2 Sam. 19.27.

h Eks. 22.25.

i Eks. 23.8.

j Hlab. 10.6.