NdebeleTeam » Psalms » 12

Umkhuleko wokucela ukuvikelwa

Kumqondisi wokuhlabelela. NgeSheminithi. Isihlabelelo sikaDavida

12Siza, Nkosi, ngoba owesaba uNkulunkulu kasekho, ngoba abathembekileyo banyamalele basuka ebantwaneni babantua. 2 Bakhuluma okuyize, ngulowo lalowo lomakhelwane wakheb; indebe ezilalisayo, bakhuluma nganhliziyombilic. 3 INkosi izaquma zonke indebe ezilalisayod, ulimi olukhuluma izinto zokuzidla1; 4 abathi: Sizanqoba ngolimi lwethu, indebe zethu ngezethu; ngubani oyinkosi phezu kwethu? 5 Ngenxa yokubandezelwae kwabayanga, ngenxa yokububula kwabaswelayof, sengizavuka, kutsho iNkosig. Ngizabeka ekulondolozekeni amvuthelayoh.

6 Amazwi eNkosi angamazwi ahlambulukileyoi, isiliva esizanywe esithandweni senhlabathij, sihlanjululwek kasikhombisal. 7 Wena, Nkosi, uzabagcina, ubavikele kulesisizukulwana kuze kube nininini. 8 Ababi bayahambahamba inhlangothi zonke, lapho amanyala ephakanyiswa phakathi kwabantwana babantu.

a Isa. 57.1. Mika 7.2. Hlab. 50.5.

b Hlab. 41.6. 144.8.

c 12.3. Hlab. 5.9. 36.2,3. Dan. 11.32. Hlab. 28.3.

d 12.3. Hlab. 5.9. 36.2,3. Dan. 11.32. Hlab. 28.3.

1 zokuzidla: Heb. ezinkulu.

e Eks. 3.7,8.

f Hlab. 9.12.

g Isa. 33.10. Hlab. 82.8. 94.16.

h Hlab. 10.5.

i 2 Sam. 22.31. Hlab. 18.30. 119.140. Zaga 30.5. Hlab. 19.8.

j 2 Sam. 22.31. Hlab. 18.30. 119.140. Zaga 30.5. Hlab. 19.8.

k 1 Lan. 28.18.

l Gen. 4.15,24.