NdebeleTeam » Psalms » 3

Umkhuleko wekuseni wokucela uncedo

Isihlabelo sikaDavida, lapho ebalekela ubuso bukaAbisalomu indodana yakhe

3Nkosi, zande kangakanani izitha zamia! Banengi abangivukelayob. 2 Banengi abathi ngomphefumulo wami: Kakulasindiso lwakhe kuNkulunkulu. Sela*c. 3 Kodwa wena Nkosi, uyisihlangu samid, udumo lwami, lomphakamisi wekhanda lamie. 4 Ngakhala ngelizwi lami eNkosinif, yasingiphendulag isentabeni yayo engcweleh. Sela*. 5 Mina ngalala phansi, ngajumeka; ngavuka, ngoba iNkosi yangisekelai. 6 Kangiyikwesaba izinkulungwane ezilitshumi zabantu abangihanqileyo bemelana lamij. 7 Vuka, Nkosi! Ngisindisa, Nkulunkulu wami. Ngoba zonke izitha zami uzitshayile emhlathinik, wephule amazinyo ababil. 8 Usindiso ngolweNkosi. Isibusiso sakho siphezu kwabantu bakho. Sela*m.

a 2 Sam. 15.12. 16.15.

b 2 Sam. 22.40.

c 2 Sam. 16.8. Hlab. 71.11.

d Hlab. 28.7. Gen. 15.1.

e Hlab. 27.6. Jobe 10.15.

f Hlab. 77.1. 142.1.

g Hlab. 34.4. 55.2. 60.5. 108.6. Hlab. 6.8. 34.6.

h Hlab. 2.6.

i Hlab. 4.8. Levi 26.6. Jobe 11.19. Zaga 3.24.

j Hlab. 23.4.

k Jobe 16.10.

l Jobe 29.17. Hlab. 58.6.

m Jona 2.9. Hlab. 37.39. 62.7. Zaga 21.31. Isa. 43.11. 45.21. Jer. 3.23. Hos. 13.4. Isam. 7.10. 19.1.