NdebeleTeam » Job » 10

UJobe ukhala ngokuphila kwakhe

10Umphefumulo wami ukhathele yimpilo yamia; ngizatshiya insolo yami phezu kwamib; ngizakhuluma ekubabeni komphefumulo wamic. 2 Ngizakuthi kuNkulunkulu: Ungangilahli; ngazisa ukuthi kungani uphikisana lamid. 3 Kuhle yini kuwe ukuthi ucindezelee, ukuthi udelele umsebenzi wezandla zakho, ukhanye phezu kwecebo lababif? 4 Ulamehlo enyama yinig? Ubonah njengokubona komuntui? 5 Insuku zakho zinjengensuku zomuntu na? Iminyaka yakho injengensuku zomuntu yinij, 6 ukuthi udinge ngobubi bami, uhlolisise ngesono sami? 7 Ngoba usazi ukuthi kangikhohlakalanga, lokuthi kakho ongakhulula esandleni sakho.

8 Izandla zakho zangibumbak zangenza kanyekanye inhlangothi zonke, kanti uyangichithal. 9 Ake ukhumbule ukuthi wangenza njengebumbam. Pho, uzangibuyisela ethulinin? 10 Kawungithululanga njengochago, wangijiyisa njengamasi yinio? 11 Ungigqokise isigogo lenyama, wangihlanganisa ndawonye ngamathambo langemisipha. 12 Ungenzele impilo lomusa, lokunakekela kwakho kulondolozile umoya wami.

13 Kanti lezizinto uzifihlile enhliziyweni yakho; ngiyazi ukuthi lokhu kukuwep. 14 Uba ngisona, ungiqapheleq, kawuyikungiyekela ngingelacala esonweni samir. 15 Uba ngimubi, maye kimis! Uba ngilungilet, bengingayikuphakamisa ikhanda lamiu. Ngigcwele ihlazo, ngakho bona inhlupheko yamiv. 16 Ngoba kuyaziphakamisa; uyangizingela njengesilwane; ubuye uzenze okumangalisayo kimiw. 17 Uyavuselela abafakazi bakho abamelene lami, wandise ulaka lwakho kimi; izinguquko lempi kulamix.

18 Pho kungani wangikhupha esizalweniy? Kungathi ngabe ngaphela, lelihlo lingangibonanga! 19 Ngangizakuba njengokungathi kangikhoz; ngangizathwalwa ngisuswe esizalweni ngisiwe engcwabenia. 20 Insuku zami kazinlutshwana yinib? Khawula phelac, ungiyekele ukuze ngithokoze kancinyaned, 21 ngingakayi - ngingabuyi e- elizweni lomnyamaf lethunzi lokufag, 22 ilizwe lomnyamah, njengobumnyamai, ithunzi lokufaj, elingelahlelo, lokukhanya kunjengobumnyamak.

a 7.16. 9.21. Hez. 6.9. Nani 11.15.

b 30.16.

c 7.11.

d 9.20. 15.6.

e 13.9.

f Hlab. 89.38. Isa. 54.6.

g Joha. 8.15.

h 1 Sam. 16.7.

i 4.17. 2 Lan. 14.11.

j 4.17. 2 Lan. 14.11.

k Hlab. 119.73.

l Hlab. 139.5,13-16.

m 4.19.

n 34.15. Gen. 3.19.

o 2 Kho. 22.9.

p 23.14. 27.11.

q 13.27. 14.16. 33.11. Hlab. 130.3.

r 9.28.

s Isa. 3.11. Mika 7.1. 1 Kor. 9.16.

t 9.15.

u Hlab. 3.3. 27.6.

v Hlab. 25.18.

w 4.10. 28.8. Hlab. 91.13. Zaga 26.13. Hos. 5.14. 13.7. Isa. 38.13.

x 14.14. 19.12.

y 3.11. 3.3.

z Obad. 16.

a 21.32.

b 7.6,16. 8.9.

c 7.16. 14.6.

d 9.27.

e Hlab. 39.13.

f Hlab. 88.12.

g 3.5.

h Amos 4.13.

i 3.6. 23.17. 28.3. 30.26. Hlab. 91.6. Eks. 10.22.

j 3.5.

k 3.6. 23.17. 28.3. 30.26. Hlab. 91.6. Eks. 10.22.